Sikusiza ngani?
Esikwenzela khona kuhlukile kakhulu kokwenzelwa abanye ngokuthi ezethu izindaba zibheke ngqo, kuMaskandi. Ngeke ufice sekukhulunywa ngenye into kule website. Uhlobo lwezindaba esigxile kuzona ilezo okuthiwa ziyatrenda. Uma kukhona umculi okhiphile siyakwazisa ngalokho bese sibheka amanoni kanye nomtalabho nokunye okuningi esibona kufanele ukuthi ukwazi ngaleyo album or EP or single track.
Lapha uthola izindaba ezenzeka endimeni kaMaskandi namaphethelo. Sikwethulela izindaba zabaculi abasha nabadala, asebedumile kanye namavukane. Kuyisifiso sethu ukuthi uma kunodaba olukushisayo ofisa sengathi lungashicilelwa phansi njengokuthi uma kunomculi odunwe imoto noma obanjwe inkunzi noma ogulayo noma owine okuthile noma ofisa ukuphushelwa umsebenzi wakhe usibhaleli email. Contact Us >




Impucuzeko umcimbi kaMaskandi ohlelwa ubaba uMcineka. Lo mcimbi usuzakhele elikhulu nelihle igama endimeni

Lona umcimbi waminyaka yonke owasungulwa izinduna zeNdidane kanye nalabo eyayisondelene nabo

Lo mcimbi owazakhela elikhulu idumela ngonyaka wokuqala wenziwa kubikwa ukuthi kungenzeka ubekhona