Isifuna amaqhawe lempi ayisengangaye uBheki Cele. Mhleli ngibhala lombiko ngiyathuthumela, iyangethusa into eyenziwa amandiya ePhoenix. Sesithembele kumfoka Macingwane obukeka kunguyena kuphela okhombisa ubuqhawe njengamanje esizweni esimpisholo. Lempi iqale kanje: Mina ingakithi la I Phoenix ingaphesheya lempi iqale ngokuthi da time Kade kushiswa izitolo nama garage Abantu baseNanda and surroundings bebengesenawo u petrol. Impi yasePhoenix. Isifuna amaqhawe lempi ayingangama xoki oCele. Kuthe kusuka lapho,
Lobhuti wangasekhaya wahamba waya e Phoenix eyobheka u petrol amandiya athi awafuni umntomnyama amshaya ambulala ashisa imoto yakhe ubhuti ozithulelayo owaziwayo , ngaksasa amandiya aphinda ashisa izimoto zabantu abaw 3 ebebehambe befuna u petrol. Asuke lapho enza I video amandiya ebashaya ngemvubu abagaxa ithayi bezwa. Asuka lapho abulala ubaba omdala ehamba nge quantum lobaba u around 60+ imnyaka ammisa amshaya athatha I taxi yatholwa abaka tracker and yena akakatholakali namanje.
Kunosisi futhi ashisa ok imoto yakhe ehamba nengane ena 7 yrs ngenhlanhla losisi wabalekiswa elinye indiya lenkoskazi ngoba libazwela and than amandiya aphinda same day ebsuku abulala obhuti base hostela kwamashu ababili ashisa nezimoto zabo besekuyizidumbu zesi 9 lezo. and izolo amandiya ashise umzukulu nogogo baze babashisa and bafethu ngiyanitshela south africa khona okshaya amanzi siyadayiswa kuyimanje Bheki cele uqamba amanga uthi bekuyizigebengu.
Ukhona ogogo nomzukulu ongahlasela amandiya? Kuyimanje amandiya athi azoqoba kwasani ethu umuntu omnyama e Phoenix nabahlala khona bazoshiselwa imizi kodwa Bheki cele usmele ngamanga, sisenkingeni eNanda amakula abulala kwasani athi manje azongena ezindlini. Kubeka umfoka Tsotetsi ongumhlali kuleya ndawo.