Home | About Us

Sikusiza ngani?

Esikwenzela khona kuhlukile kakhulu kokwenzelwa abanye ngokuthi ezethu izindaba zibheke ngqo, kuMaskandi. Ngeke ufice sekukhulunywa ngenye into kule website. Uhlobo lwezindaba esigxile kuzona ilezo okuthiwa ziyatrenda. Uma kukhona umculi okhiphile siyakwazisa ngalokho bese sibheka amanoni kanye nomtalabho nokunye okuningi esibona kufanele ukuthi ukwazi ngaleyo album or EP or single track.

Lapha uthola izindaba ezenzeka endimeni kaMaskandi namaphethelo. Sikwethulela izindaba zabaculi abasha nabadala, asebedumile kanye namavukane. Kuyisifiso sethu ukuthi uma kunodaba olukushisayo ofisa sengathi lungashicilelwa phansi njengokuthi uma kunomculi odunwe imoto noma obanjwe inkunzi noma ogulayo noma owine okuthile noma ofisa ukuphushelwa umsebenzi wakhe usibhaleli email. Contact Us >

ukjh
aMawele egcokama

Lasho sakudlala Igcokama lathi lizothenga amagida ngoma eGeza lakwaMgube buka manje uMaspala usegidela Igcokama

nbgh
sphuzo

Insizwa esikhulile lena ekholwa ukuthi ngempela impilo iyasuka kuzero ihlale kuhero njengoba kwenzeka nakuyo

jhgf
majotha

Umshayi wengoma enkulu kanti noThathi umvumile wathi uyena kuphela osamkhumbuza Ibhola uma engena estudio

ds
impucuzeko

Impucuzeko umcimbi kaMaskandi ohlelwa ubaba uMcineka. Lo mcimbi usuzakhele elikhulu nelihle igama endimeni

Read More
ijh
indidane festivel

Lona umcimbi waminyaka yonke owasungulwa izinduna zeNdidane kanye nalabo eyayisondelene nabo

Read More
ij
ngizwe festivel

Lo mcimbi owazakhela elikhulu idumela ngonyaka wokuqala wenziwa kubikwa ukuthi kungenzeka ubekhona

Read More

jhg
abangani bakhe

Kuzokwenzeka izimanga kulo nyaka endimeni yomculo njengoba umnikazi wamabhoza records ezokhipha

okjh
imfezemnyama

Liyakhala ivukane ngesenzo seMfezi njengoba likholwa ukuthi isihloko lesi safika nalo kuqala yasithatha Imfezi

ik
usgabiso

Bakhala ngeprice yecwecwe likaSgabiso abantu njengoba le nsizwa imemezele ukuthi lizoba uR100 elayo