Goto News >
Search..

Goto News
Usola ubutabane kwabagxeka umphambili wakhe

Happy belated birthday kuCevuzile Mchunu ofake ivideo yomphambili wakhe ezinkundleni zokuxhumana, wawukhipha ngokushesha kanti sebewuthathile abasheshayo. Akubathathanga sgamu somzuzu ukusabalalisa amascreen shot emagroupin akofacebook  kugxekwa ubuncane betoto.


Ikhwele yadilika le nsizwa kubantu besilisa ababuke umphambili wayo basendelana namavideo. "Ngikubona kunobutabane phakathi nje mina lokho." Kubeka uCevuzile. "Noma ungaliveza, noma ungalifihla, kulele kuwe mntanami. Kuthi angibuze kulabafana ababusy abasendelana ivideo yento yami, bayayiphoza bathathe amascreen shot ngiyababza ngithi Hawu!!"

"Izintombi zabo zibhizi ku-inbox zithi Cevuzile ngoba usulivezile sale ususinika. Bafaka nemicibisholo bona kofacebook bakhombisana into yami. Kuyamangaza ngempela lokho ngoba angazi bachazwa bengabafana nabo befana nami.


Ngithi angibuze nakuwe ophethe leyo video naleso screen shot ukuthi uzuzeni? Uyekeleni ukuposter intombi yakho uyijabulise kuyinyanga yothando ubhizi upostana nezinto zabanye abafana. Ugade ungathi ubhizi naleyo video ngibe mina ngibhizi ngiphendulana nentombi yakho ku-inbox ngoba ziningi zicela ukulizwa ngoba sezilibonile." Kubeka uSomcevu.