Goto News >
Search..

Goto News
isenzinyana impilo kuDulas Magubane

"Ayikho into engisaba njengodumo". Kubeka uDulasMagubane, echaza ngempilo yakhe nokungena kwakhe emculweni. "kwakwiyisfiso sami ukungena emculweni ekhona uBaba ekhona uMama ekhona ukhulu ekhona uMkhulu bekhona bonke abazali bami ngu Mfana okhulele ehlanzeni langizalelwe khoma ngahlakaniphela khona umuzi umkhulu."


"nayi nkinga kuhambe kwahamba kwafika iskhath sokuth ihlukane phela iMizi ngebala imndeni eminye yathola indawo yokwakha eyindaweni ezisenkangala kant unyaka engenza ngawo u matric 2007 iwona ozothatha uBaba osema planini okuthola inxiwa naye pho ke unkulunkulu, owk nginyukile 2008 ngaya egoli kwaba amatohwana nje ngigidela no Shameni wangakith obungenza ngikhiphe isithukuthezi 2009".

"Ngabe sengihlangana neyiNsizwa zaka Ngubane yangifaka emculweni ngolokhu ngibukela ngifunda izinto eyiningi ngenhlanhla iNsizwa bengihlala kakhulu nazo zingbonisa okungiholele ektheni ngize ngenze umsebenzi wami eceleni bazama ukungithuka bethi awu usekhipha yedwa usexabene no Thisha wakhe ngoba kwakwiyimi umfana wokuqala owaphuma inxiwa".


"Ngibe sengitshela leNsizwa yaka Ngubane ukt nakhu zinginetha bengithuka wavele wathi bayeke ngonyaka ozaya kwi cd yakho ngizongena engomeni eyodwa yanqundeka imlomo kwaya kwaya wangifaka eqembini elikhulu Ondabuzekwayo ngasebenza nabaculi abaningi, empeleni emculweni ukube ngikhule nginomndeni engabe sekuneyithelo eyibonakalayo kodwa uthe umculo mawungisebenzela ngaqala ngayovusa ikwethu nami kuhambe kwahamba ngabona amandla engath ayaqhubeka ngangcinangi ngifuna indawo ephezulu nami njengoba eminye imizi yakith ibisisenkangala."


"Uvalo nokwesaba akusizi njengoba ngingedwa kumele ngibhekane nesimo sekwakha ikwethu njengoba ngimile lapha esthombeni kusemzini ka Baba la engiwakhayo ukuth ontangayethu banani banani izimo zethu ayifana ngangoba ngisehluleki mangahlulwa ukwakha umuzi ka Baba ngifisa kube imizi futhi ayi umuzi ngikhulekiseni noma ngiphile bantu bakaNkulunkulu ziningi izimo esibhekana nazo ningazi."