Goto News >
Search..

Goto News
Obezibiza ngoNkulunkulu uhlulwe icala wakhihla isililo

Unkulunkulu webandla lama Nazareth Unyazi Shembe ubuholi bakhe bebandla lama Nazareth buchithwe yinkantolo enkulu yasethekwini.


Le nkantola ithathe lesinqumo ngemuva kokutholakala kobufakazi bokuthi unyazi lwalungabhaliwe encwadini yamafa eyashiwa umholi webandla phambilini.

Inkantolo Ibe isimxwayisa unkulunkulu wakwa Shembe ukuthi angalokothi azibize ngomholi webandla futhi abuyise zonke izinto zebandla kumholi omusha zingakadluli izinsuku ezilishumi kungrnjalo unkulunkulu wakwa shembe uzoboshwa. Ngemuva kokuzwa lesi sinqumo senkantolo unkulunkulu wakwashembe uvele wathwala izandla ekhanda wakhihla isililo kakhulu