"Kubukeka sengathi abantu abanalo ulwazi olugcwele ngami nomculo wami. Kukude la ngisuka khona neziginci. Ngimenyaka elishumi nesishiyaga lombili (19) ngikhona endimeni. Yebo ngasebenza neNdidane. Nantu la ngezansi uhambo esengiluhambile kwezomculo:" Kubeka uBobo umfana wepiki.
"Ngiqale lapha!!!
1.Mtshengiseni Gcwensa
2.Izingane zikaMgoza
3.Ubuhle be Afrika
4.Osizakele
5.Skebhe
6.Amawele
7.Amajobe oqobo
8.Osbali bethu
9.Ikhethelo lomshado
10.Muhle Khuzwayo
11.Izinsizwa zakwaMseleku
12.Buselaphi (Ngagcina ngokupractiza kuphela
13.Qondani Mthethwa
14.Mgqumeni (Ilapho engaba uMfana Wepiki ngavela kakhulu abantu abaningi bangazela kuye)"
Amaqembu esengisebenze nawo ngikha phezulu:
1.Osaziwayo
2.Jaiva Zimnike
3.Igcokama Elisha
4.Khaya Mseleku
5.Mthethwakhe
6.Sgwebo Sentambo
7.Imfezemnyama
8.Khaya Mseleku
9.Othanduxolo
10.Da Boss (Mozambique)
11.Tsholotsho (Zimbabwe)
12.Ngiga
13.Fihliskhwele
14.Masomane
15.Makgetha(Swaziland)
Etc ngikha phezulu nje
"Akufani sengiphushile kulo 19 years ngise zigincini nginama album Awu 10
1.Izigi
2.Ngithukuthele kabi
3.Impilo imnandi ngezitha
4.Engilutha
5.One by one
6.Bayanginyunda
7.Angiseyona itype yakho
8.IRush hour
9.IConnection
Bese kuba ne full dvd engayenza ngo 2013 Kanye ne single Ivideo call yango 2020"
"Amazwe angomakhelwane esengike ngaqashwa kuwona:
1.Tanzania
2.Lesotho
3.Zimbabwe
4.Mozambique
5.Uganda
6.Swaziland
7.Botswana"
Nginomuzi eGoli nase Nquthu kwelakithi. Nginemoto ye BMW 325,Range Rover,Toyota bakkie D4D,Ngine Super 16 ne Quantum elilodwa. Ngibonga kubona bonke abangikhulisa kwaze kwaba kuleskhathi.