Goto News >
Search..

Goto News
Umshado ijele by Amabunjwa single track

Usevele wayiphikisa ingoma kaKhuzani uPhumlani Mfezemnyama Khumalo. "Isimoshela amakhosikazi le ngoma ethi umshado akulona ijele ngoba sifuna ukuvusa imizi yobaba thina." Kwasho uNjoko sakudlala kwezokuxhumana wathi umuntu othi umshado akulona ijele usho ngoba engakaze aganwe.


WATCH: Umshado Yijele by Amabunywa


READ: Ukhwele wadilika kwabokholo uNgizwe


Usegxume wahlala ke uMfezemnyama wathi no maarn you can't say umshado akulona ekubeni uyinsizwa yakwenu impela usafuna ukuvusa umuzi wakini, nokuqinisa nokukhulisa ikhala lakho, nokuhloniswa umuntu omkhethileyo wathi akazoba unkosikazi wakho ekhaya likayihlo.

"Ngicela abantu bengadideki nakancaneuma sithi umshado ijele." Kubeka uSginqa osebenze nayo Imfezemnyama kule ngoma. "Uma usafuna ukuvusa umuzi wakini mfoka baba uze ungadidiseki nakancane, umshado ijele futhi ngiyema lapho. Okuningi ke usuyokuzwa engomeni uma isiphumile bese ukwazi ukubeka uvo lwakho usiphikise uma usiphikisa kodwa thina siyema ekuthenini umshado ijele." Kuqhuba uSginqamashandis.