Goto News >
Search..

Goto News
Uyiphendule ngokushesha incwadi kaMdumazi

"Hhayi namhlanje kuzomele kucace ukuthi lezidlathi zotshwala zizonda mina qobo lwami noma uzonda umuntu owake wathandana naselsalukazi sangakithi." "Kubeka uThuthani. 1 wathandana no Kwazi after lapho weza kimi ngingamazi kwakumazi. 2 emveni kokuhlukana kwami naso saqoma u Stotoma kungani yena ungamzondi. 3 waqoma u Philani emcimbinj owawuse Durban balala e hotel kungani yena engazodwa or yimi slima?"


"4 waqoma uThibela ryt vele yena uzondwa njengami kuryt syazifanela Khuba sizondelwa udoti uthuvi uqobo lwabo. 5 waphinda waqoma lomfana obegida u Fihliskhwele kazi yena uzonda njengami yini noma kuyehlela ngakimi? 6 waqoma u Philani 2 futhi nakhu kuze kuqathake isgqabo sakho sisemcimbini ka DSD iQhakaza phela waze wayolala naye ngalo lolosuku mzonde ke no Philani umethuke naye njengami."

"7 akugcinanga lapho waqoma u Falabo no Dlubheke bandawonye mxm amanyala ngicela nabo bethukwe njengami makunjengalo ngilubekile uhazane kusazohaza mfana wami

8 u Sphamandla usakhala ngemali yakhe namanje kodwa naye wamqomaU Phathaphatha naye ukhala ezimathonsi ngalo gogo engizondelwa yena. Usukhohliwe nokuthi waqala ukum'bona ehamba nami uyashesha ukukhohlwa wena."


"Wakuxoxela ukuthi no Mhlongo wamenzanjalo futhi naye? yidla mfana. Ngikhuluma lezindaba nje ngibugodlile ubufakazi wena ke wazi kahle mangikhuluma ngo bufakazi bopha bhawodi uzoqaqwa yimi ke manje makungenjalo fusegi wethuKwamele ungazise impela namhlanje ukuthi sibangani sinawe makungenjalo nanto phela uhazaaaaneeeeee" 


"Isizulu asitolikwa ngibonile nasezikhalazweni zabalandeli kusolakala mina ukuthi ngyabathuma baze babaningi ke kodwa bekhala ngento eyodwa umkhulu we Ndlovu ngokuthumela lenqwaba engaka. Mina indoda ngyayiqonda nje ngokufa ubongbuza kubazalwane angthumeli. U Thuthani uzehlisa isthunzi cha isthunzi sehliswa yiso lesdakwa esadakwa safonela mina sikhala izinyembezi. Angikaqedi wabuya ngyabuya"