Ziyangena unyaka nonyaka izinto ezinhle kule ndima yomculo. Insizwa eyaziwayo kakhulu edume ngelika Cofacofa uMzamo, owayevunywa nayiNdidane uqobo lwayo isinestudio esisha sha esivunywe abaningi abaculi ngoba noNtshebemnandi usivumile.
"Uma ungakezwa ngeCofacofa Mzamo Studio, usasele kakhulu kwezitrendayo. Le nsizwa eyaziwayo endimeni yenze into yamehlo. Angibazi ubuhle obunjeyana mina ngiyabuqala. Yazi okufike kumangaze kakhulu ukuthi siziculela sona lesiya studio maqede kuphume ama hit odwa." Kubeka uNtshebemnandi.
"Wena ufike uzimele nje phambi kwe-MIC bese sona sikwenzela umsebenzi omuhle kakhulu. Akekho umculi ozongena laphayana bese engayishayi hit song ngoba sizenzela sona umsebenzi. Ngiyamemeza kuzona zonke izinkalo ngithi leli ithuba lokuthatha okwakithi sikuebek kwelinye izinga."
"Amaprice ahamba kanje: Full project R10 000
Single Track R2250
Five songs R5000
Ungasali nawe ngaphandle ziyabuya estudio sikaMzamo ngamanani aphansi kakhulu. Okwakho ukuvele uyoma nje phambi kombhobho bese ukhipha iHit song njalo."